(Sung in Zulu – A Hymn)

Uthando lukaBaba (My Father’s Love)
Lunje ngolwandle bo (Is like the ocean)
Lona ubanzi lujulile (It’s deep and wide)
Luyazeka yini bo (Is it known)

Lwafikelela kimi (I felt it even)
Ngisezonweni zam’ (In my sins)
Alwaze lwangedlula (It did not pass me by)
Lwangisindisa nam’ (But it rescued me)

Refrain:
O Baba, ngiyabonga (Oh Father, I thank you)
Nangentliziyo yam’ (With all my heart)
Sengiyavuma ngithi (I confess and say)
Ungumsindisi wam’ (That you’re my Savior)

Lwafikelela kimi (I felt it even)
Ngisezonweni zam’ (In my sins)
Alwaze lwangedlula (It did not pass me by)
Lwangisindisa nam’ (But it rescued me)

(Refrain)

Ngizokwethemba njalo (I will always trust you)
Ngise semhlabeni (As I walk on earth)
Ngizokukhonza futhi (I will serve you again)
Ngothando entlizweni (With love in my heart)

(Refrain)