(Sung in Zulu — A Hymn)

Nxa Ngimbona uMsindisi (When I see the Savior)
Efa esiphambanweni (Dying on the Cross)
Ngiyolahla yonk’ imfuyo (I will throw away all my possessions)
Nakho ukuzidla kwami (And all my pride/arrogance) (Repeat)

Ngingayisa ntoni na (What I can bring)
Efanelwe ukumbonga? (That is worth my gratitude?)
Anginakho okwanele (I do not have enough)
Ngizomnika uqobo lwami (So I’ll give Him my all) (Repeat)

Oh bhekan’ inhloko Yakhe! (Oh behold his Head!)
Nezozandla nezinyawo (His hands and His feet)
Yek’ uthando yek’ usizi (What love and what grace!)
Olukhulu olungaka (So may great things) (Repeat)

Amen, Amen, Ameni x5
Amen

(Repeat last verse)