Emaphakadeni (Until the End of Time) Lyrics by Sbu Noah (Joyous Celebration 24)

Leave a comment


(Sung in Zulu)

Ungumlomo ongathethi manga (His mouth never lies)
Ungumlomo ongathethi manga (His mouth never lies)
Ungumlomo ongathethi manga (His mouth never lies)
Ungumlomo ongathethi manga (His mouth never lies)

Makadunyiswe! (Praise be unto Him!)
Kuze kube semaphakadeni (Until then end of time)
Akathethi manga (For He never lies) (Repeat)

Wanqoba ithuna nokufa (He conquered the grave and death)
Wanqoba ithuna nokufa (He conquered the grave and death)
Wanqoba ithuna nokufa (He conquered the grave and death)
Wanqoba ithuna nokufa (He conquered the grave and death)

Ufanelwe, ukudunyiswa (He is worthy, of praise)
Kuze kube semaphakadeni (Until the end of time)
Wanqob’ ukufa (For He conquered death)

Silindiwe emazulwini (He awaits us in heaven)
Silindiwe emazulwini (He awaits us in heaven)
Silindiwe emazulwini (He awaits us in heaven)
Silindiwe emazulwini (He awaits us in heaven)

Ukumdumisa! (He awaits us in heaven)
Kuze kube semaphakadeni (Until the end of time)
Emazulwini (In heaven) (Repeat)

Aw wo wo wo wowo wo
Wowo wo wo wo wowo wo…

Makadunyiswe! (Praise Him!)
Kuze kube semaphakadeni (Until the end of time)
Akathethi manga (He never lies) (Repeat)

Aw wo wo wo wowo wo
Wowo wo wo wo wowo wo…

Makadunyiswe! (Praise Him!)
Kuze kube semaphakadeni (Until the end of time)
Akathethi manga (He never lies) (Repeat)

Njalo Umile (Forever the Same) Lyrics by SbuNoah (Joyous Celebration 23)

Leave a comment


(Sung in Zulu)

Umile njalo (He remains the same)
Akashintshi (He never changes)
Umile njalo (He remains the same)
Akajiki (He never changes) (Repeat)

Amandla anqob’ ithuna
(The same Power of victory over the grave)
Asekhona (Is still alive) (Repeat)

Ewe Jesu (Yes Jesus)
Impilo yami yonke (My whole life)
Ifuna Wena wedwa (Needs You alone)
Ifuna Wena, Hallelujah (It needs You, Hallelujah)
Ifuna Wena (It needs only You) (Repeat)

Amandla anqob’ ithuna
(The same Power of victory over the grave)
Asekhona (Is still alive) (Repeat)

Nkosi Yehlisa (Lord Bring Down) Lyrics by Sbu Noah

Leave a comment


(Sung in Zulu)

Nkosi yehlisa umusa (Lord let your Grace fall)
Phezu kwami (Over me)
Umusa kuphela (Just your Grace)
Oh Hallelujah, Amen (Oh Hallelujah, Amen) (Repeat)

Umusa, Umusa, Umusa, Umusa (Your Grace)
Kuphela (Alone)
Oh Hallelujah, Amen (Oh Hallelujah, Amen) (Repeat)

Nkosi yehlisa umoya (Lord let Your Spirit fall)
Phezu kwam’ (Over me)
Umoya ongcwele (Your Holy Spirit)
Oh Hallelujah, Amen (Oh Hallelujah, Amen) (Repeat)

Umoya, Umoya, Umoya, Umoya (Your Spirit)
Ongcwele (Holy)
Oh Hallelujah, Amen (Oh Hallelujah, Amen) (Repeat)

Umusa, Umusa, Umusa, Umusa (Your Grace)
Kuphela (Alone)
Oh Hallelujah, Amen (Oh Hallelujah, Amen)
Umoya, Umoya, Umoya, Umoya (Your Spirit)
Ongcwele (Holy)
Oh Hallelujah, Amen (Oh Hallelujah, Amen) (Repeat)

Ka Ma Medley Lyrics Sung by Sbu Noah

Leave a comment


(Sung in Zulu – Hymn Medley)

Song 1: Lapho izivunguvungu

Lapho izivunguvungu (When the storms)
Zifis’ impilo yami (Threaten my life)
Nobubi budlangile (And challenges overwhelm me)
Umlingi esenqoba (The evil one seems to be winning)

Refrain:
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord) (Repeat)

Song 2: Mangisondele Nkosi

(Baba) Mangisondele Nkosi (Nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)
Mangisondele Nkosi (Nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)

Noma ngiqhutshwa (Though troubles)
Zinhlupheko Nkosi (Follow me)
Ngiyasondela Nkosi (I’m getting nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)

Njalo ngovuma (I’ll always agree)
Ngiphinde ngithi nje (And again say)
Ungisondeze Nkosi (Bring me near to You God)
Kuwe manje (To Thee/me)

Kuyizithunywa (All of these is sent)
Zokungisiza nje (To help me)
Ngiyasondela Nkosi (Get nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)

Song 3: Mina ngingumntwana

Mina ngingumntwana (I may be a child)
Kodwa sengizwile (But I have heard)
Ngaye uJehova (About Jehovah)
Yena osenzileyo (Our Creator)

Futhi ngitsheliwe (And I’ve been told)
Ngabafundisayo (By the Teachers/Preachers)
NgoMsindisi wethu (About our Savior)
Yen’ owasifelayo (The one who died for us)

Nkosi ngibusise (Lord bless me)
Ngobusiso lwakho (With Your blessings)
Ngihambise kahle (Help me walk upright)
Endleleni yami (On my journey) (Repeat)

Indumiso Yami (My Praise) Hymn Medley Lyrics Sung by Sbu Noah

Leave a comment


(Sung in Zulu – Hymn Medley)

Nkulunkulu uthando Lwakho (God, your love)
Kithin’ abantu lukhulu (For us, [your] people, is great)
Wanikela ngendodana (You gave up your Son)
Hallelujah siyabonga (Hallelujah, we give thanks)

Sesibonga umusa Wakho (Thank you for Your Grace)
Nokusigcin’ othandweni (You keep us in Your Love)
‘kube Wena wawungenathi (If You were not with us)
Ngabe safel’ endleleni (We would have perished on the way)

Sangena la okuthiwa (We entered where it is said)
Ongene khon’ akaphumi (“Who enters here will not leave,”)
Saphuma la okuthiwa (We exited where it is said)
Akuphunywa akuphunywa (“There is no way out”)

Alikho igama elimnandi (There is no other good name but)
Igama Lakho, igama Lakho (Your Name, Your Name)
Ngizolibonga, ngizolibonga (We give thanks, we give thanks)
Ngizolibonga, elakho igama (We give thanks, for Your Name)

Igama elithi, Jesu, Jesu, Jesu (No other name but Jesus)
Igama elihle (The name is my satisfaction)
Liyanganelisa Lingihlabelelisa (It makes me sing and say I’m satisfied)

Esandleni somusa (In the Hand of Grace)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace)
Ngiyagcinwa noma kungathini (I am saved saved or not)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace) (Repeat)

Ngiyagcinwa noma kungathini (I am saved saved or not)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace)

Older Entries

%d bloggers like this: