(Sung in Zulu)

Nqaba yokuphephela kwam’ (My shield and my refuge)
Kuphepha kwam’kukuwena (My safety is in You)
Siqalo nesiphetho sam’ (My beginning and the end)
Mlomo ongaqambi manga (The Tongue that utters no lies)

Refrain 1:
Sendlala indumiso, Kuwe (We bring our worship, to You)
Mdala wezinsuku, Kuwe (Ancient of Days, to You)
Malusi omuhle, Kuwe (Beautiful Shepherd, to You)
Themba lamathemba, Kuwe (Hope of all hopes, to You)
Akekh’ofaniswa nawe (There is none compared to You)

Refrain 2:
UbuKhosi nobungqongqoshe (The Kingdom and Glory)
Buyohlala bungoBakho (Will be Yours forever)
Inkazimulo nawo Amandla (The Glory and the power)
Usinike ngegama Lakho! (You granted us by Your Name) (Repeat)

Bridge:
Mlil’oqothulayo (Consuming fire)
Mandla kawapheli (Unfailing power)
My Strong Tower
Lord You Reign Forever More
Akekh’onjeNgawe (There is none compared to You)
Uyasabeka! Ngonyama (Receive Glory, King)

(Refrain 1 + Refrain 2)

Ohh… Kuwe! Kuwe! (Oh, to You!)

Malusi omuhle, Kuwe! (Beautiful Shepherd, to You)
Themba lamathemba, Kuwe! (Hope of all hopes)
Sendlala indumiso, Kuwe! (We bring our worship, to You)
Mdala wezinsuku, Kuwe! (The Ancient of Days, to You)
(Repeat)

UbuKhosi nobungqongqoshe (The Kingdom and Glory)
Buyohlala bungoBakho (Will be Yours forever)
Inkazimulo nawo Amandla (The Glory and the power)
Usinike ngegama Lakho! (You granted us by Your Name) (Repeat)

 

Advertisements