Lapho izivunguvungu (When the storms)
Zifis’ impilo yami (Threaten my life)
Nobubi budlangile (And challenges overwhelm me)
Umlingi esenqoba (The evil one seems to be winning)
Refrain:
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)
Ungikhumbule Nkosi yam’ (Remember me my Lord)(Repeat)
Song 2: Mangisondele Nkosi
(Baba) Mangisondele Nkosi (Nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)
Mangisondele Nkosi (Nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)
Noma ngiqhutshwa (Though troubles)
Zinhlupheko Nkosi (Follow me)
Ngiyasondela Nkosi (I’m getting nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)
Njalo ngovuma (I’ll always agree)
Ngiphinde ngithi nje (And again say)
Ungisondeze Nkosi (Bring me near to You God)
Kuwe manje (To Thee/me)
Kuyizithunywa (All of these is sent)
Zokungisiza nje (To help me)
Ngiyasondela Nkosi (Get nearer my God)
Kuwe Manje (To Thee/me)
Song 3: Mina ngingumntwana
Mina ngingumntwana (I may be a child)
Kodwa sengizwile (But I have heard)
Ngaye uJehova (About Jehovah)
Yena osenzileyo (Our Creator)
Futhi ngitsheliwe (And I’ve been told)
Ngabafundisayo (By the Teachers/Preachers)
NgoMsindisi wethu (About our Savior)
Yen’ owasifelayo (The one who died for us)
Nkosi ngibusise (Lord bless me)
Ngobusiso lwakho (With Your blessings)
Ngihambise kahle (Help me walk upright)
Endleleni yami (On my journey)(Repeat)
Nkulunkulu uthando Lwakho (God, your love)
Kithin’ abantu lukhulu (For us, [your] people, is great)
Wanikela ngendodana (You gave up your Son)
Hallelujah siyabonga (Hallelujah, we give thanks)
Sesibonga umusa Wakho (Thank you for Your Grace)
Nokusigcin’ othandweni (You keep us in Your Love)
‘kube Wena wawungenathi (If You were not with us)
Ngabe safel’ endleleni (We would have perished on the way)
Sangena la okuthiwa (We entered where it is said)
Ongene khon’ akaphumi (“Who enters here will not leave,”)
Saphuma la okuthiwa (We exited where it is said)
Akuphunywa akuphunywa (“There is no way out”)
Alikho igama elimnandi (There is no other good name but)
Igama Lakho, igama Lakho (Your Name, Your Name)
Ngizolibonga, ngizolibonga (We give thanks, we give thanks)
Ngizolibonga, elakho igama (We give thanks, for Your Name)
Igama elithi, Jesu, Jesu, Jesu (No other name but Jesus) Igama elihle (The name is my satisfaction) Liyanganelisa Lingihlabelelisa (It makes me sing and say I’m satisfied)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace)
Ngiyagcinwa noma kungathini (I am saved saved or not)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace)(Repeat)
Ngiyagcinwa noma kungathini (I am saved saved or not)
Esandleni somusa (In the Hand of Grace)
Ndikhokhele, O Jehova (Lead me, oh Lord)
Ndingum’hambi, Nkosi yami (I am a wanderer, my Lord)
Unamandla, andinawo (You are powerful, I am not)
Ndibuthaka, Nkosi yami (I am weak my Lord)
Refrain:
Oh Msindisi, Oh Msindisi (Oh Savior, Oh Saviour!)
Nguwe olithemba lam’ (You are my hope)
Lowo mthombo, wosindiso (That well of salvation)
Owavulwa ngexa yam’ (Opened for me)
Mawuvele umpompoze (May it flow)
Uzihlanz’ izono zam’ (And wash away my sins)
(Refrain)
Ndifikile Ejordane (hen arrive at Jordan’s banks)
Susa ukoyika kwam’ (Wash away my fears)
Zundikhaphe sendiwela (Walk with me as I cross)
Yiba ngumncedi wam’ (Be You my helper)